... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Imigubho YePhasika

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favourites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaMathewu 20:18-20 “Bhekani, sikhuphukela eJerusalema; iNdodana yomuntu izakukhashelwa kubapristi abakhulu nababhali; bazakuyinqumela ukuba ife, bayikhaphele kwabezizwe ukuba iklolodelwe, ishaywe, ibethelwe esiphambanweni; kepha ngosuku lwesithathu izakuvuswa.”

Listen to the radio broadcast of

Imigubho YePhasika


Download audio file

Kunemigubho egujwayo nemidlalo evese iba nesasa elikhulu  kubantu.Thina bantu senza izinto obungezicabange ezi-crazy ngenxa yayo .Siyaviliyela sishaye ujenga sigida uma siyigubha .Kume yonke into kuvalwe imigwaqo sekuminyene utshumo kuyinhlaba luhide kubhekwe ezitediyamu ngenxa yebhola.Kodwa iPhasika livamisa ukuba wumgubho odlula yonke eminye imigubho .

Manje omunye uzothi kungani ngithi iPhasika nalo ngiliyemanisa nalemigubho futhi ngithi lona liyayedlula kweqa ngezinto ezenziwa yisizwe ngempokophelo yalo.Uthola ukuthi abaseNtshonalanga bona basuke bematasa no-Easter eggs kunjeyaya.Manje uvese uzibonele ukuthi hhayi kuphithene la!

NgokukaMathewu  20:18-20 “Bhekani, sikhuphukela eJerusalema; iNdodana yomuntu izakukhashelwa kubapristi abakhulu nababhali; bazakuyinqumela ukuba ife, bayikhaphele kwabezizwe ukuba iklolodelwe, ishaywe, ibethelwe esiphambanweni; kepha ngosuku lwesithathu  izakuvuswa.”

Uma uJesu eyilo athi unguYe –mawuthanda ungakwenza ihlayi lokhu engikushoyo  okwesikhashana- kodwa lenqobo yokuthi wafa wavuka ,komele ibe notho elushoyo ,ngeke isho utho ?

Umbuzo uthi –Yini ? Njengokuba sihubela ekubhekeni ePhasikeni njengamanje ,ngingacela ukubuza ukuthi lichazani kuwe?  Kuchazani ukufa nokuvuka kukaJesu kuwe,njengamanje khona la,ukusuka manje kuyaphambili eminyakeni engu 2 000 ezayo khona?

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..



We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge