... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Letha Izenzo Zakho Ekukhanyeni

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favourites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaJohane 3:20,21 Ngokuba yilowo nalowo owenza okubi uzonda ukukhanya, akezi ekukhanyeni ukuba imisebenzi yakhe ingasolwa. Kepha owenza iqiniso uyeza ekukhanyeni, ukuze imisebenzi yakhe ibonakaliswe ukuthi yenziwe kuNkulunkulu.”

Listen to the radio broadcast of

Letha Izenzo Zakho Ekukhanyeni


Download audio file

Mangase sikumeme emsakazweni  njengamanje  uzokhuluma nesizwe sonke sabalaleli ,yiyiphi into eyodwa onamahloni  ngisho ukukhuluma ngayo owayenza othi mawuyibuka ibe yihlazo kuwe ? Futhi ungavuleleka kangakanani ukuyixoxa  ?

Abantu banezimfihlo ,izinto abangafuni ngempela ukuzixoxela omunye umuntu ,abazazi kahle zaba yizinto ezi-wrong ;ukuthi azimelwe ukwenzeka ;abazi kahle kamhlophe ukuthi azimhloniphi uNkulunkulu  .

Uzishiya kanjani lezozinto ? Ungaba kanjani nempilo lakhona kungekho lutho ,oluthi maselubhoboka ,lwaziwa ngumphakathi ,oba namahloni  ngalo  ?

NgokukaJohane  3:20,21 Ngokuba yilowo nalowo owenza okubi uzonda ukukhanya, akezi ekukhanyeni ukuba

imisebenzi yakhe ingasolwa. Kepha owenza iqiniso uyeza ekukhanyeni, ukuze imisebenzi yakhe ibonakaliswe ukuthi yenziwe kuNkulunkulu.”

Ngakho impendulo kaJesu ngukuletha konke lokhu okushoyo nokwenzayo ukulethe ekukhanyeni .Lokho kuchaza ukukala imicabango yakho nezenzo ngokwakho,uzibuze ukuthi ngakube ngingafuna lokhu kube sesidlangalaleni ? Futhi uma impendulo  kungu chabo kubiza  uhlukane nakho  empilweni yakho  .

Ngoba nebala ungakwazi ukuletha konke ekukhanyeni ,futhi ngokuthembeka nebala ,yilapho kanye sonke esingaxoxela ukuphila khona ,angithi  ?

Ungalenzi iphutha akukho lutho olufihliwe emehlweni kaNkulunkulu .Futhi nembala ngalolosuku lakhona sonke siyakuma phambi kwesihlalo sakhe sokwahlulela ,izenzo zethu ziyoba sobala kubantu bonke.

. Kepha owenza iqiniso uyeza ekukhanyeni, ukuze imisebenzi yakhe ibonakaliswe ukuthi yenziwe kuNkulunkulu.

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.