... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

The Via Dolorosa – Indlela Yosizi

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favourites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaMathewu 27:28-31 Amhlubula, amembathisa ingubo ebomvu ,aluka umqhele wameva, awufaka ekhanda lakhe, nomhlanga esandleni sakhe sokunene, aguqa ngamadolo phambi kwakhe, ambhinqa athi: “Bayede, nkosi yabaJuda!” Amkhafulela ngamathe, athatha umhlanga, amshaya ekhanda lakhe.Esembhinqile amhlubula ingubo, amembathisa izingubo zakhe, amuka naye ukuyombethela esiphambanweni.

Listen to the radio broadcast of

The Via Dolorosa – Indlela Yosizi


Download audio file

Uyazi ukuthi usakha kanjani isithombe ekhanda lakho sento ozwile ngayo ,kodwa okuthi ekugcineni mase uyibona ,akube kusaba njengalokhu obukulindele angithi ?

Ngangide ngipheqa ezithombeni ezashuthwa ngu -Ken Duncan encwadini yakhe ethi, “Where Jesus Walked” ngabe sengizithela esithombeni sohambo oluya esiphambanweni [Via Dolorosa] –Indlela Yosizi.

Yindlela le eyahanjwa nguJesu esuka ejele ayevalelwe kulo eya ekubethelweni,egxaza igazi futhi eshayiwe, ehudula isiphambano sakhe.Angazi kungani ,kodwa engqondweni ngangilindele ukuthi kuzoba ngumgwaqo ovulekile obanzi.Ayinjalo kodwa, incane ngokuminyene.

Kuyo leyondlela kulezinsuku sekunesitolo esinokubomvu nokumhlophe esinophawu lwakwa Coca Cola . Lokho ngangingakulindele. Kodwa  uyazi ukuthi nginesiqiniseko ukuthi ngesikhathi ezihudula ehamba kulendlela  okokugcina ,kwakunabahwebi ematafuleni abo beqhuba umsebenzi webhizinisi ,bema ukuze babone izibukeli zihambe zima zithenge okuncane kubo.

NgokukaMathewu 27:28-31Amhlubula, amembathisa ingubo ebomvu ,aluka umqhele  wameva, awufaka ekhanda lakhe, nomhlanga esandleni sakhe sokunene, aguqa ngamadolo phambi kwakhe, ambhinqa athi: “Bayede, nkosi yabaJuda!” Amkhafulela ngamathe, athatha umhlanga, amshaya ekhanda lakhe.Esembhinqile amhlubula ingubo, amembathisa izingubo zakhe, amuka naye ukuyombethela esiphambanweni.

Indlela Yosizi. Ngumgwaqo lo uJesu awuhamba ngenxa yami nawe.Ehlupheka ukuze thina sibe ngabakhululekileyo.Futhi uma sifuna ukumlandela ,kuluhambo olufana ncimishi esidinga ukuluthatha .Olucinene nolunobuhlungu ….yiyona ndlela le ebheke esiphambanweni

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge