... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Izindaba Ezinhle ,Izindaba Ezimbi

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favourites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

Izenzo 17:30,31 Ngokuba izikhathi zokungazi wazithalalisa uNkulunkulu, kodwa kalokhu usememezela kubantu ukuba bonke ezindaweni zonke baphenduke, njengokuba umisile usuku azakwahlulela ngalo izwe ngokulunga ngomuntu ammisele lokho, enika bonke ithemba ngokumvusa kwabafileyo.”

Listen to the radio broadcast of

Izindaba Ezinhle ,Izindaba Ezimbi


Download audio file

Yebo namhlanje kunezindaba ezinhle nezimbi .Ake siqale ngezinhle : UNkulunkulu ukuthanda ngaphezu kokuchaza uJesu weza ukuzofela izono zakho  ukuze uthethelelwe ngokuphelele .Izindaba ezimbi  ngukuthi ,uma ugcina ngokungazimukeli izindaba ezinhle  uzokwahlulela akuphonse ephakadeni eligengqezayo la engekho khona ,endaweni ebizwa ngesiHogo .

Ngiyazi ,yebo ngazi kahle.Ukuthi  kulesizukulwane sesimanje  ngumqondo ophuphile lowo . Ngempela? LawoMaKhrestu ngakube asakhuluma leyomfeketho ? Kungaba kanjani ukuthi loNkulunkulu wawo ogcwele uthando ayise abantu esihogweni ? Hhayi siyekeni thina bo!  

Kumbe mhlawumbe ngokujulile uyazikholelwa izindaba ezinhle zikaJesu ,kodwa uphila impilo yakho okwenza konke lokhu ungakuphili ngokunethezeka .Noma ngabe ukuphi njengamanje nakhu indlela uNkulunkulu akusho ngayo:

Izenzo  17:30,31 Ngokuba izikhathi zokungazi wazithalalisa uNkulunkulu, kodwa kalokhu usememezela kubantu ukuba bonke ezindaweni zonke baphenduke,  njengokuba umisile usuku azakwahlulela ngalo izwe ngokulunga ngomuntu ammisele lokho, enika bonke ithemba ngokumvusa kwabafileyo!  ”

Yebo siyakudinga ukukholwa ukubeka ukholo lwethu kuJesu . Kodwa ukhiye oyingxenye yalezindaba ezinhle ngukuphendula kwethu kuzo –ukuguquka qede sibuyele kuye .

Njengokuba u- As A.W. Tozer ekubeka kanje , “Umqondo wokuthi uNkulunkulu uzoxolela isidlwabuladlwedlwe esingakuyekile  ubudlwabuladlwedlwe baso ,kuyaphikisana nomqondo wokuphila kanjalo neziBhalo imbala  .”

Phenduka ubuyele kuye .

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.