Kunesinkwa Engisidingayo namhlanje
We're glad you like it!
Enjoying the content? You can save this to your favourites by logging in to your account.
NgokukaLukha 11:3 Usiphe isinkwa sethu sezinsuku zonke imihla ngemihla.
Enjoying the content? You can save this to your favourites by logging in to your account.
NgokukaLukha 11:3 Usiphe isinkwa sethu sezinsuku zonke imihla ngemihla.
Kuyinto evamile ukuthi masibhekene nempi ,sisemzabalazweni ,maphakathi nesimo esimanaphanapha ,sizizwa sisodwa .Kunokwenzeka asisodwa kodwa yiyona ndlela okuzwakala kuyiyo leyo . ...
Ngesikhathi ngiqhubeka ngibuka izimpilo zabantu ngamunye kusikhathi sinye ngikuvuma ngokungananazi ukuthi sonke sibhekene nemizabalazo yethu ngamunye .Kuwe kunjani ? Yebo ...
Ngiyazibuza ekaze mawusuke uthandaza –futhi nebala ucwaningo luyasitshela ukuthi baningi abantu abathandazayo –sewuke ukucabange ukuthi imithandazo yakho iphelela kuphi ? ...
UNkulunkulu wenze izethembiso ezinamandla kulabo ababeke ithemba labo kuJesu .Uthembise ukuthi uzoba nguNkulunkulu wethu qede thina sibe ngabantu baKhe ;ukuthi uzohlala phakathi ...
Ayikho into ebuhlungu nezikisa inhliziyo ukwedlula la khona abangani bekuzengeza uma konke kuhamba kahle ,kothi kungasha amadamu baqale beqhele njengamaxoxo eseyofuna amazolo ...
Ngizenzile izinto eziningi ezingubuwula empilweni yami .Nawe futhi ,angithi ? Siye sifise sengathi singaqala phansi siyolungisa singakwenzi kube yinto engekho sanhlobo kwi slate ...
Abantu kulezinsuku benza izinto ezingajwayelekile ngemizimba yabo .Bayayisika bayidwebe bayipende abanye bayinikele ekuziphatheni kabi .Manje ithini indaba la? Mhlawumbe ungathi ...
Ngakube kukhanda umqondo ngokuphelele noma cha ukuthi uMKhrestu azibekelele imali eningi yokuthi masethatha umhlaphansi abe nakho kuchichime yena yedwa ,nkashana bebaningi ...
Uhambo lwendlela luba namajika amaningi nezintaba futhi nabantu abaningi abahle .Ngokungangabazi ungakwazi ukubuka emumva qede ubone ukuthi isinqumo esincane owasenza ,saguqula ...
Kunezikhathi lakhona lelivangeli likaJesu lingezwakali liyizindaba ezinhle sanhlobo .Emva kwakho konke Yena luqobo wathembisa ukuthi ukuba ngumfundi waKhe kuyokuba ngumsebenzi ...
Kubukeka ziningi izinto kulokhu kuphila ezifuna ukusebenza kanzima kithi .Imishado emihle ayivesi izanzakalele nje idinga imijuluko nokuzimisela kwabakuyo . Ukukhulisa izingane ...
Kunezikhathi kithi sonke ngamunye la esiye sifise sengathi singaphonsa ithawula .Kungaba semshadweni wakho ,emsebenzini kumbe ohambweni lwakho lokholo .Awuwedwa kulokhu .Esigabeni ...
Kunobubi obuningi emhlabeni .Impakamo ,ubuqongqela ,isihluku ,ukuhlukumeza …ukuhlukana kwemindeni ,izizwe ezisempini ,abampofu nabanganakiwe baningi .Yebo kuningi emnyango . ...
Uma sibona umuntu enza okungekuhle masisha sifuna ukumshaya ngamatshe .Ngumuzwa lo okubuhlungu ukuthi amaKhrestu ahamba phambili kuwo kunabanye abantu abajwayelekile nje ...
Ingozi esobala nekhona njengamanje kunoma ubani obeka ithemba lakhe entweni kumbe kumuntu ,namaKhrestu siyawabala [ kahle hle empeleni wona kakhulu] ngukuthi sithatha ukholo ...
Awunankinga uma ngizokubuza umbuzo ohlaba ngqo? Uphana kangakanani kwabanye abantu ? Uma ubona umuntu eswele ,yimuphi umuzwa wokuqala oba nawo ngabo ? Ukuphana kuza ...
Ubhekana kanjani nabantu abenza izinto ezi wrong? Ubhekana kanjani nalabo abakulimazile ,abangakuthandi ,abakucwasayo ndlela thizeni ? Wenzenjani ingempela ? Imvamisa iba ...
Abantu abahlukene ba-smart ngezindlela ezehlukene .Ungaba ngonesipho esikhulu ngendlela ethile sikhathi sinye omunye uphiwe kakhulu kokunye .Yileyo ndlela okumele kube yiyo. ...
Kunokungakholakali kwesiphetho ngokufa .Sekunqamuka ukuphefumula ,kume ukushaya kwenhliziyo yakho ,igazi lime ukuphampa ,ingqondo yakho ife futhi kusuka ngaleso sikhathi uqale ...
Abantu abaningi abahle banendlela abanayo yokuphila okuphakade ,edidekile .Abanye bathi , angiyena umuntu omubi kangako.ngizoba right Bese abanye abathi,ngakube ngiyophetha ...
Akukho ukungabaza ukuthi uJesu wenza izimangaliso ezimangazanayo impela .Wenza olunyonga ahambe ,ongaboni abone ,uLazaru avuke ethuneni .Kodwa lalithini iphuzu ngakho konke lokho ...
Sewake wathatha igxathi ukwenzela uNkulunkulu utho oluthile ngokholo ,unesibindi nokushisekela ,kodwa ugcine uthe vuh phansi ngobuso? Nami kwake kwangenza .Bese simangale ukuthi ...
Kuyaphawuleka kakhulu ukuthi kulula kanjani ukuthatha izibele nomusa kaNkulunkulu – umuhle unjalo –qede sikuphendule uhla lwemithetho .Utholani mawenza lokho? Inkolo . ...
Emazweni amaningi imvamisa ukuphepha nezempilo ezinhle emsebenzini kuyaziswa kakhulu ,kuyinto enkulu . Futhi kuyinto enhle kakhulu lokho ngoba ezindaweni lakhona kungaziswa ...
Omakhelwane banendlela yabo echazanayo yokuchukuluzana .Kungabangwa izinja ,imfuyo ngisho amakati ,umsindo we radio ,zihlahla nemincele njalonjalo ,umakhelwane angaba yinselelo ...
Ngizokwethembeka kuwe .Angihlali ngezikhathi zonke ngithokoziswa yisikhathi sikaNkulunkulu .Kube nezikhathi eziningi lakhona ubuhlungu buthathe isikhathi eside kakhulu Futhi ...
Enye yamadoda ebizwa ngo Bernie Madoff, eyabe ingusihlalo we- Nasdaq stock exchange, inesikhundla esedlula bonke ekuxhoheni abantu nge –skem semali .Lendoda yantshonstha imali ...
Njengoba kukuningi kangaka okuqhubekayo okubi .Umuntu uzibuza ukuthi ekaze liyini ikhambi ? Yini engenza ukuba kume .Siyini isisombululo? Amadoda aba nomakhwapheni ,namakhosikazi ...
Noma singacabanga ukuthi sesibe ngabathobekile kangakanani ,kuhlale kunesilingo esinyonyobayo ,sisitshela ukuthu besizoba bahle kanjani uma besihlabekise sachazana kwabanye ...
Sewake wabhekana nokuphonselwa ngusathane isilingo esikutshela ukuthi uzoba ngophumelela kanjani ,ukuthi abanye abantu bazohlabeka umxhwele kangakanani ngawe ? Awuwedwa kulokho ! ...
Manje ungasho ukuthi ukuthokozela kangakanani ukuphila kumbe ukusebenza nomuntu ophakeme ,kumbe nebala ukuzungezwa yiningi labantu abanjalo ? Akuwona umdlalo ,ngakube yiwo? ...
Mangase kuthiwe impilo ibisobala icacile ,kodwa angithi vele isobala icacile angithi .Ingamavununundu ayiqondakali .Imizwa yenhliziyo yabantu ibanhle ibuye ixoveke.Sivamisa ...
Ngakho angikubuze ,ngakube uNkulunkulu usabajezisa abantwana bakhe? Ngesikhathi wenza okuwrong futhi wazi ukuthi kuwrong,ngakube uvese aphume esigodlweni sakhe abhonge ...
Kulomhlaba osheshayo lakhona onga-order ukudla ngesmartphone ,bese thushu nakhu kulethwa kuwe kungakapheli ngisho u 30 minutes , kubukeka kungavamisi ukuzipha isikhathi ...
Uyazi makusuke kunento esikukhathaze iminyaka .Uthole ukuthi awucacelwe kodwa khona uyezwa kunento ekukhathazile . Bese kuthi esikhaleni ungalindele kuvele qhah kube sengathi ...
Ake ucabange nje ukuthi ngalolosuku olukhethekile lokuzalwa , lolosuku kanye esisuke iminyaka yakho isiphetha ngo zero ekugcineni .Nakhu ususithola lesisipho esigoqwe kahle ...
Nhlosoni uNkulunkulu ayihlele phambi kwakho kusuka namhlanje kuya osukwini oyophefumula okokugcina kwelakwamhlaba? Kungani esakubekile la,esikhundleni sokukuthatha akusondeze kuye ...
Back in the days of old, the only sort of boats that existed were sailboats. Intrepid sailors criss-crossed the globe, crossing great oceans to discover new worlds, powered by one ...
Nakhu le esesifikile khona .Osukwini esilubiza ngo “Good Friday”, sikhumbula okubuhlungu okuyisihluku okwenzeka ,okungacabangeki ukuze kuthi ngakho qede kithi kwenzeke ...
UJesu wenza futhi washo izinto ezabe ‘ziseceleni kabi’ ezazingalindelekile . Ngesikhathi uqhubeka ufunda ngolandiso lwevangeli lakhe awuphezi ukumangala . Kulezinsuku ...
In just a couple of days we’ll be commemorating that terrible day, “Good Friday”, when Jesus was nailed to that Cross for all to see. How could that possibly have been ...
Kungenye into ukuba nokusopha okuhle kungokunye ngokuhlukile futhi ukukuphila .Akekho noyedwa umuntu ophilayo ongakaze aqale impilo yakhe esophe izinto ezinhle ,kuphela wase ...
There are many obvious things about each one of us that are there naturally because they’re encoded in our DNA; handed down from generation to generation. But there’s another ...
Ngakube usuke usebenze kanzima ,udele okuthile ukuze uzuze okuthile ,kodwa okuthi masufike kukho nakhu usuthola ukuthi kuyagengqeza obukushikashikela ,lempumelelo asiyekhona ...
Kuyahlekisana ukuthi nakuba sazi ukuthi kunosuku oluzayo sizodlula ngalo siye kwelizayo ,kodwa inkinga usuku nosuku siphila sengathi sizophila kulomhlaba ingunaphakade naphakade ...
Ihuho lokuthi imali ingathenga yonke into libukeka likhula usuku nosuku .Umnotho wethu uya ngokuya wakheka ngokusihlukanisa nemali yethu esiyisebenze kanzima . Ama-Smartphones, ...
Inkulumo eqhubekayo ,umhlaba ofuna ukuyifaka emakhanda ethu ,hle hle ihamba kanje : phila impilo emnandi ube ngojabulile .Kuba kuhle kuze kube sekusesigabeni esithile ,kunobungozi ...
Ukholo lwami nolwakho aluphili ngokuzimela ezimzweni ;emphakathini;ezintweni ezisikakile ezenzekayo.Kuqhele ngamalengiso kulokho . Ukholo lwethu lumelwe ukuba ngolwempilo ...
Ukwaneliseka ,ukupheleliseka ,ukugcwaliseka . Lawomagama omathathu akhuluma ngomuzwa wolangazelelo lokupheleliseka empilweni sonke esikulangazelelayo … nokho okuyimpilo abaningi ...
Ngiyazibuza engabe uma sithandaza asiyi yini kuNkulunkulu ngokulindela okuncane .Ngakube uyangizwa kwakhona kodwa ? Ukhathazekile kwakhona kodwa ? Ukhona kwakhona kodwa? ...
Isizathu ngenza lokhu engikwenzayo ,ngivuka njalo ekuseni ngikwenze ,yingoba nginentshisekelo engacimi yokufuna ukutshela abantu abaningi kakhulu ngoJesu Khrestu.Kuyadumaza nokho ...
Mina nawe sinomumatho ongachazekiyo wokuqukaquka izinto ezisindayo kodwa ezingeke zasisiza ekuhambeni kwesikhathi .Manje uma zingeke zasisiza ekuhambeni kwesikhathi kumele uzibuze ...
Umusa yinto enganakekile kulezinsuku eyinqabakutholwa. I-system yomhlaba ilindele ukuthi ugobele kulokhu okuthiwa kwenze ukwenze ngendlela yayo. Ikulindele ukuthi udlale indima ...
Kwakuvama ukuba nesisho emasosheni . “Shesha bese uyalinda .” Kubukeka kungukuthi kwakuhlalwe kuqonde ukuthi abaphuthume babe sesikhathini kuleyondawo ,kodwa usheshela ukuyoma ...
Kuyimpambankwici ukuthi siyawadinga amandla ,esikhathini lakhona sisebuthakathakeni obukhulu . Kuba lakhona amandla ethu siwezwa esibalekele la esizithola khona sidinga kakhulu ...
Isandla sikaNkulunkulu esophulayo yisihloko esiqhubeka ngokunamandla kwi Thestamente Elidala nelisha .Futhi zindaba ezinhle lezo .Eziduduzayo ukuthi nebala lapho sisengxakini ...
Sonke siseyizingane sawudlala umdlalo kamadudula ,sidudula abazali bethu sibaqondise ekhoneni sifuna lokhu nalokhu ngendlela yethu ,sifuna ukubona ukuthi bangaduduleleka baze ...
Angazi noma sewuke waqaphela . Kodwa kuningi la emnyango okwanele ukusigcina sithukuthele usuku nosuku.Abantu ,ipolitiki,yizimo ,zindlela zokuziphatha ,uhla lude ungaqhubeka ubala ...
Angikaze ngibe ngumuntu okitazwa ngama idea a-crazy “Kungani usho into ngamagama angu 4 uma ubungawasho ngawu 40?” Ulimi olunokondisiwe kusenokwenzeka lubahlabe ...
Usazikhumbula usemncane usenobuwula ? Mina ngizikhumbula kahle kamhlophe ! Mangase kuthiwe nje besingabuyiselwa isikhathi emumva qede sigxumeke ikhanda lomuntu omdala phezu ...
Ngesikhathi kunomuntu osekucasule kwavevezela izindebe zomlomo ,kwashaya inhliziyo mawala, kwamnyama amehlo ,yini into elandelayo ekufikelayo ngalomuntu okwenze bukwayo ? ...
Suwake walangazelela ukufinyelela ukwenza okukhulu ukwenzela uNkulunkulu? Sewake waphupha uNkulunkulu esebenza ngawe ngokunamandla ezimpilweni zabanye abantu ? Kwabaningi kuhlala ...
Ake sicabangisane nje ukuthi umhlaba ungaba ngonjani uthando lungekho .Ubungaba mubi kakhulu .Kwabaningi nokho akuthathi sikhathi eside ukucabanga ngoba baphile emhlabeni ...
Kubukeka sengathi indlela kuphela yokuphila uqhelile ebubini obuthandwa yilomhlaba ,obuphethe wonke amakhona esijikela kuwo empilweni ,umqondo uthi kungaba ngukuzivalela wedwa ...
Siphila emhlabeni lakhona kuqhathiniseka kube kubili ngokunamandla .Okumnyama okumhlophe .Okude okufishane .Ukuceba ubumpofu.Omusha omdala .Kodwa okusemqoka kunakho konke okunye ...
Udinga ukuhlala ukhathazekile ngalabo abahlala bezitshela ukuthi banokukhanya okungcono kunabanye . Manje okuyinkinga ngukuthi nathi singaMaKhrestu sisho lokho kanye ;ukuthi ...
Uma izinhlupheko zikwehlela sewake wacabanga ukuthi ekaze uNkulunkulu uneqhaza elingakanani ukuzenza zikwehlele ? Ngakube le mhlampe imeqile wangayibona ,noma uvese ...
Have you ever wondered why God, in His wisdom, chooses to say the same thing in His Word over and over again? It’s a question I’ve asked myself often. Why would He do that? I ...
Mumva le umqondo wokuthi inkosi ibe yinceku ,kwakuyinto engakaze izwakale kwasemadala judeni . Lawomagama ayesebenza uma kukhulunywa ngenceku yenkosi . Manje ake sithathe ...
UNkulunkulu unalento yokuthatha izinhlekelele zethu ezinkulu aziphendule ukunqoba okukhulu. Futhi ayikho inhlekelele enkulu kunokubuka umzimba kaJesu oligobolonde ...
Ngixoxele obani abaluleki bakho abaseduze ? Uma ushadile ngicabanga uwakwakho ungowokuqala kulokho .Kodwa uthini ngabo bonke ophila nabo ? Futhi ngakube kufanele ukuba uphile nabo ...
Kulezikhathi zokuba entitled ,uzwa abantu bedumisa amalungelo abo , lokho kulula nakithi futhi .Kodwa asingazitsheli ukuthi ndlela thizeni yinto entsha le . Mumva le ...
Umbuzo uthi ngakube uNkulunkulu engathenjwa ? Phela ekugcineni kwakho konke wenza inqwaba yezethembiso eZwini laKhe .Ezinye zazo zibukeka zididana uma ubuka ngeso ...
Njengamanje ,konke lokhu okwenzeka empilweni yakho ,sekumi kuyizolo .Ngeke usabuyela emumva kukho ,nakuba ungakuvumela kukuhluphe emoyeni .Njengokuba ngeshwa kwabanye kubanjalo ...
Hlobo luni lwenhlupheko obhekene nalo njengamanje ? Yini le ekudlayo ,emunca wonnke ujuice wempilo kuwe ? Futhi ndlelani obhekana nakho ? Abanye abantu ...
Selokhu kwathi nhlo uluntu luzihlukanisa ngokwezizwe –ngokwendawo ngezigodi ,ngesiko,ngebala ngepolitiki ,ngisho nangenhlangano yebhola esiyisaphothayo .Noma ngabe ...
Indlela elula yokuthi izinto zibe yilokhu ofuna zibe khona ,noma ngabe lezozinto ziyini ,ngukuthi zibe ngaphansi kolawulo lwakho .Yebo yiyona mpendulo leyo .Ulawule yonke into ...
Impicabadala yezinto eziphathekayo ngukuthi zingagcina kuyizo esezikuphethe .Izinto esizinikwe nguNkulunkulu ukuba zibe lusizo kithi futhi sizithokozele zingagcina ...
Kukangakanani ucabanga ngezinto eziseqhulwini kuwe ? Kukangakanani uzikala engqondweni nasenhliziyweni yakho qede uphume nesiphetho esisho ukuthi yiziphi ezisemqoka kakhulu ...
Ukulinda kuNkulunkulu ukuletha umehluko ngesimo esithile empilweni yakho .kulesosidingo sakho kungaba yinto esindayo ukukwenza .Futhi okuthi uma kuyisidingo sakho esikhulu ,kuba ...
Nantu ucwaningo olwethusayo .Sisebenzisa iminyaka ela ko 17 ubuso bethu bugqolozele iscreen se-phone ekuphileni kwethu.Lokho okuchaza amahora angu 145,800 kumbe asithi ...
Eminyakeni eminingi sibabonile abaholi abanohlonze eBandleni belimala .Ngale kongabazane ,ukuwa kwabo kunomnyombo wesono thizeni ebesezenzeka esithe ,sifihlakele .Kunesifundo ...
Siphila usuku nosuku sibhekene nobutasa bansukuzonke . Angisho ukuthi yinto embi leyo kodwa impilo injalo nje .Kodwa nansi i-risk ukuthi singagcina sithe shi kulobobutasa ...
Sewake waqaphela ukuthi abanye abantu banamandla okuphikelela ngisho bebhekene nezivunguvungu empilweni kodwa uthole ukuthi abanye zibenza babe mavikithi bengasazi bagalele ...
Ezikahthini lakhona izinto zimelene nathi kuqhamuka ukuvivinywa nezingxaki zonke zokuphila ,esisuke sikudinga ngamandla ,nejubane ukukwazi ukuthubeleza size siphumele ...
Mangase kuthiwe nje impilo ibinguswidi imnandi konke kungubuthebelele.Mangase kuthiwe nje izinto zizohamba ngohlelo lwethu ukuze sibe nempilo ,sicebe ,sikhaliphe .Mangase kuthiwe ...
Uma ngisho leligama ‘ukuphumula’ yini egcwala ekhanda lakho ? Ukuzibona uhleli ogwini lolwandle endaweni ethile uphephethwa ngumoya omnandi wolwandle kumbe uzihlalele ...
Kuhlale kuyinto eyimpambankiwinci nesambuzo odidanayo engqondweni ,ukuthi ngisho ukwazile ukuthola ukuphumula okuningi –ukulala okwanele ,ukuma kancane emisebenzini oyenzayo ...
Ngivumele namhlanje ngihambe nawe izwi nezwi ngomuzwa wokwesaba okungakwehlela kusasa ongakwazi . Kukubuyisela endaweni obile kuyona phambilini ,ukwesaba nokuzinyeza ...
Ukwehluleka akuyona into esithandayo ukuxoxa ngayo ngoba sivese sizibone siyizintuthwane namaqhwagi kulokhu kuphila okudumisa impumelelo zikhathi zonke . Angingabazi ubile ...
Ukholo ,yebo ukholo lweqiniso kuJesu luyinto enhle .Enhle kakhulu.Ngakho kusokholweni kanye la okwazi ukusebenzisa izipho zokomoya oziphiwe nguNkulunkulu ngezinhloso ezinhle ...
Nanku umbuzo onzima. Uma ungumuntu okholwa kuJesu,wazi kanjani ukuthi ukholo lwakho luyilo ngokwempela ? Ngoba kunalezozinsuku ukholo oluye luzwakala lubuthaka ,angithi? ...
Ukukholwa yinto engaphandle kwethu ,kubukeka kuyinto yemvelo yoluntu .Sonke ngamunye ezigabeni ngazinye ,sonke sihlala sibheka lento esingakholelwa yiyo ,sibe no’kholo’ kuyo ...
Kunamanga usathane athanda ukuwafafaza ukuthi izono ezincane azisho luthi .Athi qhubeka uzenze akekho ozozibona ! Phela yisono esincane nje lesi .Athi phela yisono ngegama asikho ...
Ukulingwa akusona isihloko esithandayo ukuzwa ngaso ,ngoba sigcwele ukusaba ngaso ngoba singathi ngqo . Kungani nginalemicabango emibi ? Ngasiphi isizathu ukuba lemicabango ilokhu ...
Kunokungqubuzana okukhulu phakathi kwemicabango engikubhuluza nje kunye nezinto ngokobuqiniso bomqondo ngokwenzeka kwazo , ,lokhu okushayisana nokubuka izinto ngomqondo ...
Angazi kunjani kuwe ,kodwa mina ngiye ngikuthole kunzima ukuguqula izinkambiso -mikhuba ezingezinhle ezisuke sezinamathele kimi isikhathi eside . Kahle hle uma sizothembeka ...
Ngakho awungixoxele yiziphi izinto okuthokozelayo ukuzenza ? Ochitha ngakho isizungu mawungenzi lutho kodwa okuyizinto ezikujabulisayo ukuzenza ? Kuyakitazana ukucabanga ngazo ...
Usuke waqaphela ukuthi ngesikhathi ungena esikhisini esidala ,khisi ungalindele ,nokuzama ukuguqula imoto ngokushesha ingangeni kuso ,i-steering sakho uyasizwa ukuthi ususikhipha ...
Sonke sinawo amathemba namaphupho okubiza ukuba siwathuntuthe qede sibhekane namasha alonyaka . Sibe nomqondo othi hleze kulonyaka izinto zizothi ukwehluka ,zizoba ngcono ...
Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.