... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ukholo Lwakho Olunqoba Umhlaba

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favourites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

KuMaHebheru 11:29-34 Ngokukholwa badabula uLwandle Olubomvu kungathi kusemhlabathini owomileyo, okwathi abaseGibithe bekulinga lokho, baminza. Ngokukholwa izingange zaseJeriko zawa, sezizungeziwe izinsuku eziyisikhombisa. Ngokukholwa, uRahabi isifebe, akabhubhanga kanye nabangalalelanga, esezamukele izinhloli ngokuthula. Ngisezakuthini futhi na? Isikhathi kambe sizakungishiya, uma ngibalisa ngoGideyoni, noBaraki, noSamsoni, noJefta, noDavide, noSamuweli nabaprofethi, abathi ngokukholwa banqoba imibuso, basebenza ukulunga, bazuza izithembiso, bavimba imilomo yezingonyama, bacima amandla omlilo, baphepha osikweni lwenkemba, baphiwa amandla ebuthakathakeni, baba yiziqhwaga empini, baxosha izimpi zabezizwe.

Listen to the radio broadcast of

Ukholo Lwakho Olunqoba Umhlaba


Download audio file

Ake ngikuphonsele okuthile ze ngibone ucabangani. Noma yimuphi uMKhrestu  ongaboni ukuthi uphila empini yokomoya  ulahlekelwe ngumkhondo .Kakhulu! Manje pho ucabangani ke?  

Umuzwa wokulala ubuthongo ebungozini uyisitha esikhulu sempilo entsha  yokuthi uJesu wafa wavuka ukusisindisa . Kungenzeka singafuni ukukuzwa lokho ,kodwa kungalesosizathu kanye abanye abantu bakaNkulunkulu belahlekelwa yimpilo ecebile echichimayo  ayihlelele bona .

Ake sithi gqi kancane emumva .Kwakuzoba njani uma kungase kuthiwe u-Israel zange awuwele umfula iJordani  bangene ezweni lesethembiso ?  Kwakuzoba njani uma babeshodelwa wukholo  base beqhubeka behlala ezweni likaMowabi  ebuntofontofweni babo?  

KuMaHebheru  11:29-34 Ngokukholwa badabula uLwandle Olubomvu

kungathi kusemhlabathini owomileyo, okwathi abaseGibithe bekulinga lokho, baminza.  Ngokukholwa

izingange zaseJeriko zawa, sezizungeziwe izinsuku eziyisikhombisa.  Ngokukholwa, uRahabi isifebe,

akabhubhanga kanye nabangalalelanga, esezamukele izinhloli ngokuthula. Ngisezakuthini futhi na?

Isikhathi kambe sizakungishiya, uma ngibalisa ngoGideyoni, noBaraki, noSamsoni, noJefta, noDavide, noSamuweli nabaprofethi,  abathi ngokukholwa banqoba imibuso, basebenza ukulunga, bazuza

izithembiso, bavimba imilomo yezingonyama,  bacima amandla omlilo, baphepha osikweni lwenkemba, baphiwa amandla ebuthakathakeni, baba yiziqhwaga empini, baxosha izimpi zabezizwe.

U-Israel  awuvesananga wazigwazela ibhece wangena kalula ezweni leseThembiso .Kwakumele balidle impela ….kodwa kwakuyimpi emva kwempi .Futhi akuqhubeke ubuke bonke abantu bakaNkulunkulu kuleyondima .Uhambo lokholo luchaza impi emva kwenye .Yindlela leyo obekulokhu kuyiyo .Ungalali ubuthongo impi ibe isondela .

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.