... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ukubuka Ingunaphakade Okuncane

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favourites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

Isambulo 7:9,10 Emva kwalokho ngabona, bheka-ke, isixuku esikhulu ebesingenakubalwa muntu, sivela kuzo zonke izizwe, nemindeni, nabantu, nezilimi, simi phambi kwesihlalo sobukhosi naphambi kweWundlu, sembethe izingubo ezinde ezimhlophe, siphethe amahlamvu esundu ngezandla zaso, samemeza ngezwi elikhulu, sithi: “Insindiso ngekaNkulunkulu wethu ohlezi esihlalweni sobukhosi neyeWundlu!”

Listen to the radio broadcast of

Ukubuka Ingunaphakade Okuncane


Download audio file

Sewake wafisa ukuthi sengathi ungathi lungu ubuke kancane ingunaphakade ? Ukuthi kuyobe kunjani ? Ngakube lemzabalazo yamanje ikufanele inani layo lisifanele yini ukubhekana nayo ngoba  siyophumula kuyo ephakadeni  noNkulunkulu sesikwelizayo …noma qha?

Ngisola ukuthi kunjalo kuwo wonke umuntu obeke unyawo lwakhe ekuhambeni nasekuphileni noJesu ,useke wazibuza lokho ;ngakube  ingunaphakade liyopholisa yonke lenhlupheko?

Hhayi ngendlela yokubuza engenamqondo ophusile .Kwezinye izinsuku izilingo zinamandla okokulinga ukuba uhambe neningi ,ukudla ,uphuze ,uthokoze ,ungene ekungathembekini ,empakamweni ,ekungaziphathini kahle ,konke lokho osekuphenduke kwayinto ejwayelekile emhlabeni wethu namhlanje .

Bekungeke yini kwabalula kunokuthwala kanzima  ukuhamba nalabo abathanda abangafanelwe ngukuthandwa ,ukuletha inkonzo kulabo abangayidingi ,ukuthethelela labo abasilimazile …kodwa futhi hhayi lokho kuphela kodwa nokuphendula esinye isihlathi ,sihambe imayela elinye ? Lokho ngeke yini kube lula  ?

Ukukusiza ukuphendula leyombuza namhlanje nanti intuba encane yokulunguza ephakadeni :

Isambulo  7:9,10 Emva kwalokho ngabona, bheka-ke, isixuku esikhulu

ebesingenakubalwa muntu, sivela kuzo zonke izizwe, nemindeni, nabantu, nezilimi, simi phambi kwesihlalo sobukhosi naphambi kweWundlu, sembethe izingubo ezinde ezimhlophe, siphethe

amahlamvu esundu ngezandla zaso, samemeza ngezwi elikhulu, sithi: “Insindiso ngekaNkulunkulu wethu ohlezi esihlalweni sobukhosi neyeWundlu!”

Lusuku lumbe uma umethemba uJesu ,uma umi ekuthembekeni kuye ,uyoma kulesosixuku …futhi uyomdumisa umkhonze ingunaphakade ,ngokungenasiphetho .Nakanjani kuyinto enenani ukuyihluphekela !  

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.