... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ukukwazi Ukwedlula

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favourites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

2 KwabaseThesalonikha 3:5 Kepha iNkosi mayiqondise izinhliziyo zenu othandweni lukaNkulunkulu nasekubekezeleni kukaKristu.

Njengokuba izolo sibonile ,ukuthi ukuguquka sikushiye lokho esikwaziyo akukho right qede siguqukele kokuhle ,ukuphenduka ngamanye amazwi,kuzoletha imvula yezinyosi  yamandla obumnyama  buzotheleka kithi .Kodwa ikhona indlela yokuphuma .

Umthetho wesithathu we -motion  -Isaac Newton’s   uchaza ngokucacile ukuthi sonke isenzo siphetha ngemiphumela esesigabeni esifanayo naso kunye ne reaction ephikisanayo.Lokho futhi kuliqiniso elimile kwezikamoya ,uma sithi siyaqhela kokubukeka kukubi .Usathane ngale kokunanaza uzokulandela angakaushiyi elwela ukukubuyisela esonweni .Yingakho indima esiyibuke izolo isemqoka : 

2 KwabasThesalonikha  3:3,4 Kepha iNkosi ithembekile, eyakuniqinisa, inilondoloze komubi. Siyethemba eNkosini ngani ukuthi lokhu esiniyala ngakho niyakwenza nokuthi nizakukwenza.

UNkulunkulu unawe kuzo zonke lezizimo,ukukunika amandla ,ukuqondisa , ….futhi yinto le  ongaba nokwethemba kwakho okukhulu kukhona . Kodwa kuhlabana umxhwele uPhawuli akubhalayo ,ekubhalela abahlobo bakhe ebandleni laseThesalonikha : 

2  KwabaseThesalonikha 3:5 Kepha iNkosi mayiqondise izinhliziyo zenu othandweni lukaNkulunkulu nasekubekezeleni kukaKristu.

Yena ekunye nozwakabo ,babekhuleka ukuthi ekumeni beqinile ,uma ebethatha  lelogxathi eliqinile lokuma noNkulunkulu phezu kwazo zonke izimo ezimpilweni zabo konke lokho bekwenza ngeqholo eNkosini  elifanele ,bazozizwela  uthando lukaNkulunkulu ezinhlizyweni zabo futhi bakhumbule ukubekezela uJesu akubekezela ebheke esiphambanweni eGolgotha .

Futhi lokho …kungumthandazo wami ngawe sihlobo sami esithandekayo . Ngesikhathi usama uqinile ophendukweni lwakho olugcwele ukholo nokuphendukuka,kwasengathi uMoya oNgcwele angakugcwalisa  ngothando lukaNkulunkulu  futhi aqhubeke njalo akukhumbuze ngoJesu ebekezela ngamhla ekufela . 

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..