... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Inani Lokufelwa

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

Genesise 9:6 Ochitha igazi lomuntu ,igazi lakhe liyakuchithwa ngabantu ,ngokuba uNkulunkulu wamenza umuntu ngomfanekiso wakhe.

Listen to the radio broadcast of

Inani Lokufelwa


Download audio file

Yini le eyenza mina nawe sibe nenani elehlukile elikhulu kakhulu ,yini lento eyenza thina sehluke engulubeni ephila kamnandi  namhlanje kodwa uthole kusasa isivese yayiswa ekuhlatshweni kwalula nje ukuba iphendulwe u-bacon?

Ngolunye usuku ngisemotweni ngiya ekhaya ngezintambama ngilalele i-radio babe interviyiwa ummeli wamalungelo ezilwane .Lokho impela .Ezilwane hhayi oluntu .Umhlaba sewuhlukile kakhulu manje .

Ungizwe kahle – sonke phela akekho ofuna ukubona izilwane zihlukumezeka .Lokho kubi futhi akwamukeleki.Kodwa manje ummeli wamalungelo ezilwane ? Ngempela?

Lokho kwangenza ngathi ukucabanga kancane .Nebala phela kukhona ukuhlukumezeka kwezilwane ngoba phela cishe usuku nosuku sonke siyawudla u curry wenyama  yemvu,yenkukhu,yenkomo ,kakotshi noma yenhlanzi .Siphuza ubisi ,sidle o-cheese  ,sipholokoshele nopholoni.Ngamanye amazwi sisebenzisa izilwane ukuphila ngazo ,okuvamise  okubiza impilo yazo uqobo .

Manje,sonke imvamisa asinankinga sonke ngoba kuyinto eyamukelekile ukuthi inani lezilwane liqhele ngamalengiso kwinani lempilo yomuntu .Umbuzo usekutheni ,kungani? Azikho zinhle ngokuncane kunoluntu.Iningi lazo zinhle kakhulu izilwane lezi .Zishodwa kuphela ngokuba ngabantu .Manje pho ke lokhu kungani?

Impendulo enamandla engayithola ngeyokuthi mina nawe sakhiwe ngomfanekiso kaNkulunkulu.Njengesithombe sekhethelo sobuciko esivelele esisayinwe yiciko – sonke sinalolophawu.Futhi lokho kuyinto enkulu.Futhi kahle hle kunenani elikhulu ,okungakho uNkulunkulu ethi :

Genesise 9:6 Ochitha igazi lomuntu ,igazi lakhe liyakuchithwa ngabantu ,ngokuba uNkulunkulu wamenza umuntu ngomfanekiso wakhe.

Yeka iqiniso elihle kakhulu kangaka  .Mina nawe sakhiwe  ngomfanekiso kaNkulunkulu.

KuYe kulinani   alifanela ukulifela .UJesu . Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge