... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ukwenza ukuxhumana

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

1 Samuweli 2:30 Kepha manje uJehova uthi: “… ngokuba abangidumisayo ngiyakubadumisa;abangidelelayo bayakweyiswa” …

Listen to the radio broadcast of

Ukwenza ukuxhumana


Download audio file

Imvamisa siye simangale ukuthi kungani ukuthi nokuthi kungalungi  empilweni….Asizibuzi nebala izinto ezinjalo? Kodwa engabe sike siqhathanise yini ukumhlubuka kwethu uNkulunkulu  nokungamlaleli  kwingxenye ethile yempilo yethu ,notavatava lotalatiya esiludalayo thina qobo kuYe.

Kuyachazana ukuthi ezinye izinto amaKhrestu akholelwa kuzo zibukeka ziyisidala.Njengokuthi intombi nensizwa bengayi ocansini  bengakashadi.Awuyicabange nje leyo kulesikhathi esikuso lakhona izinto zishesha khona kangaka ,ivese ibe yihlaya leyo mawuyikhuluma!

Ngamhla sihlangana nonkosikazi wami sasisekuqaleni kweminyaka eko 30 .Emuhle enganabala ndawo.Kwakungaba lula ukuthi sivese sikipite sizihlalele ndawonye.Phela yiyona nto leyo abantu abayenzayo .

Kwakungelula ukuqala impilo yethu ngokwezimali ,kodwa sakwazi ukulindela usuku lomshado ukuze kube yilo oluyosinika igunya lokuba luphahla lunye .UNkulunkulu wangenelela ngezindlela eziningi ukuze sibe nezidingo ngqangi zokuphila sakwazi ukuluqala loluhambo ngokusizwa yiNkosi .Bese uthi uNkulunkulu akekho kulokho ,asikho isibusiso sakhe kukho,kumbe kuyinto yokubukelwa phansi ,lutho sanhlobo .

1 Samuweli 2:30 Kepha manje uJehova uthi : “…ngokuba abangidumisayo ngiyakubadumisa;abangidelelayo bayakweyiswa”……


Ngesikhathi siqala ukucabanga ngalokho,ngesikhathi siqala ukuphila impilo emdumisayo uNkulunkulu,usizo lwaKhe ,isibusiso sakhe ,amandla akhe avele athululwe phezu kwethu ngokuchichimayo.

Mhloniphe uNkulunkulu naye uyokuhlonipha.

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge