... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Izibele zikaNkulunkulu

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

KwabaseFesu 2:7 Kuze kuthi ezikhathini ezizayo abonakalise ingcebo enkulu yomusa wakhe ngobubele kithina kuKristu Jesu.

Kungani? Kungani uNkulunkulu wakukhetha ? Kwenziwa yini ukuba avulele inhliziyo yaKhe ukukuvezela iNdodana yaKhe ,ukuze usindiswe ekufeni  okungunaphakade ? Ngakube sewake wazibuza lokho?  Ukuthi ,kungani mina Nkosi ?  

Futhi lokho kuliqiniso uma ukholwa nguJesu  – ukuthi uyiNdoana kaNkulunkulu ,ukuthi wafa ukuze  akhokhele izono zakho ,ukuthi wavuka ukuze akunike impilo entsha .Uma  kungukuthi usukubekile ukuphila kwakho konke  ezandleni zaKhe ,nakanjani uma kunjalo ungomunye wabakhethiweyo .Ake sigoqe  ngokuzikhumbuza amanye amavesi ebisilokhu sikhuluma ngawo kulezinsuku kaningi :  

KwabaseFesu 2:4-6Kepha uNkulunkulu ecebilengesihawu, ngenxa yothando lwakhe olukhulu asithanda ngalo, sesifile ngeziphambeko, wenza siphile kanye noKristu — kungomusa nisindisiwe. Wasivusa kanye naye, wasihlalisa kanye naye embusweni wezulu kuKristu Jesu.

Yebo ,yingoba siphila kanye noKhrestu Jesu uNkulunkulu wasivusa ekufeni qede wasihlalisa kanye naYe embusweni weZulu.

Kwaze kwamnandi ukuzwa leliqiniso uqobo lwalo .Esidinga ukude sibuyela kulo singakhathali ,ngoba sinengunaphakade  elisihlalele  maduze ,ngenxa yalokho uJesu asenzela khona .Kuvumele lokho kuzike .Kodwa kungani? Kungani mina Nkosi ? Kungani wena sihlobo sami? 

KwabaseFesu  2:7kuze kuthi ezikhathini ezizayo abonakalise ingcebo enkulu yomusa wakhe ngobubele kithina kuKristu Jesu.

Kungani ? Ukuze abonakalise ingcebo yaKhe ngobubele  ,igqame wena ongafunga kwisibhakabhaka sonke  ingunaphakade naphakade .Ukuze abantu bazi ukuthi ungubani ,uma sebebona lokho asenzele khona ezimpilweni zethu .

Ngakho ,impela masiphile impilo ekhazimula ububele nengcebo yomusa waKhe  ezimpilweni zalabo abasamelwe ukumazi  Yena . 

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..