... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Kungani UNkulunkulu Ezifihla?

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

Isaya 55:8,9 “Ngokuba imicabango yami ayisiyo imicabango yenu,nezindlela zenu azisizo izindlela zami,” Usho uJehova. “Ngokuba njengamazulu ephakeme kunomhlaba,kanjalo izindlela zami ziphakemekunezindlela zenu,nemicabango yami kunemicabango yenu” .

Listen to the radio broadcast of

Kungani UNkulunkulu Ezifihla?


Download audio file

Ake ngikubuze lokhu.Uma kuthiwa ubunguNkulunkulu ,ubungeke uzifihle ,njengokuba kubukeka naYe enze njalo,kumbe ubuzokwenza kucacele wonke umuntu uze uqhibule isifuba uzisho ukuthi wena unguNkulunkulu ,onamandla onke ?

Nansi into emangazanayo.UJesu uyehla uqhamuka  phezulu entabeni.Kuqeda kuba nesimangaliso esikhulu khona la akhazimula khona.Qede usethi kubafundi bakhe : 

NgokukaMathewu 17:9 Besehla entabeni, uJesu  wabayala wathi: “Ningatsheli muntu lowo mbono, ize ivuke iNdodana yomuntu kwabafileyo.”

Kungani enze lokho ? Kungani angavesi acacisele wonke nje umuntu ukuthi Yena ungubani ingempela?

Phambilini ngangiye ngizitshele ukuthi uma ngingatadisha iBhayibheli ngokuzikhandla kanzima ,ngiyofinyelela ekumazini kahle uNkulunkulu .Mangase nje ngibe ne doctrine emnandi nge theology nakanjani –sengizomqonda ngokuphelele.

Kodwa ekuqhubekeni ngimazi ,kusikhathi sinye ngiqhubeka ukubona iqiniso Yena asitshela lona ngaYe.

Isaya 55:8,9 “Ngokuba imicabango yami ayisiyo imicabango yenu,nezindlela zenu azisizo izindlela zami,” Usho uJehova. “Ngokuba njengamazulu ephakeme kunomhlaba,kanjalo izindlela zami ziphakeme kunezindlela zenu,nemicabango yami kunemicabango yenu” .

Kubukeka sengathi uNkulunkulu wami mukhulu kakhulu ngaphezu kwe-doctrine yami enhle ephayelwe kahle ndawonye yahlangana.Njengoba ngisho nje .

Nansi into ngaYe .UNkulunkulu akazembuli kithi ngokuphelele konke .Futhi leyomfihlakalo kumbe ‘lelofu lokungazi’ njengokuba omunye umbhali ebhala kanjalo ,liyingxenye  yokumangazana bobuhle bobudlelwane bethu naYe,ehlale njalo esimangaza.

“Ngokuba njengamazulu ephakeme kunomhlaba,kanjalo izindlela zami ziphakeme kunezindlela zenu,nemicabango yami kunemicabango yenu” . Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge