... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Yimuphi UJesu Omlandelayo ?

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

2 KwabaseKhorinte 11:3,4 Kepha nginovalo lokuthi njengalokho inyoka yamkhohlisa u-Eva ngobuqili bayo, kanjalo izingqondo zenu mhlawumbe zingadukiswa, ziyeke ubuqotho nobumhlophe ngakuKristu. Ngokuba uma kufika umuntu eshumayela omunye uJesu esingamshumayelanga, noma namukela omunye umoya eningawamukelanga, noma elinye ivangeli eningalamukelanga, nikubekezelela kakhulu.

Listen to the radio broadcast of

Yimuphi UJesu Omlandelayo ?


Download audio file

Mumva le ngamhla uJesu ehamba emgwaqeni wothuli kwelakwa Israel ,babeningi ababezibiza ngokuthi  bangoMesiya ,bethi bathunyelwe nguNkulunkulu ukuzosindisa u Israel . 

Umbuzo kuMaJuda abe ezikholwa izibhalo  ayebhekile uMesiya owathenjiswa ,kwabe kungukuthi akholwe ngumuphi kulabo Mesiya ,alandele muphi . 

Futhi ngandlela ningi lokho kuseliqiniso nanamhlanje.UJesu usanezinto eziningi ezinzima ukuzisho .Izinto ezingavelele.KuJohane  6 : 66 sitshelwa ukuthi abaningi bama ukumlandela ngenxa yalokho . 

Kulezinsuku lezozinto ezinzima ,yebo ezenza aphikiseke  ukuthi ngakube uJesu unguYena ngempela zisakhona.

Vese uhambe uyobuza nanoma yiyiphi i-atheist [abaphika ubukhona bukaNkulunkulu]  ,futhi baningi kakhulu ongababuza .Lokho ungakulindela  ukukuzwa  kubona .Kodwa manje iningi lethu elingakulindeli  lokhu okokuthi kungaba semndenini kaNkulunkulu , ukuthi kuwo ngaphakathi kukhona asebegudluze uJesu bambeka kude le …wawuhlobo lomuntu ongamukeleki . 

Njengokuba omunye umbhali wake wabhala wathi : Ngisho aMaKhrestu amvumayo  ayamehlisa uNkulunkulu abe mncu kulokhu ayikhona .Kwabanye uJesu usephenduke waba yinto nje eziginqela ikhanda ezilalele engazi nanyaka ide ilalele ama-headset kodwa engezwa lutho olunye ,njengokuba abanye sebemdwebe kanjalo kwezikaqedisizungu . 

Kodwa ngisho nalokho ,akuyona into  entsha .UPhawuli ubhalela iBandla lakulesikhathi …..

2 KwabaseKhorinte  11:3,4 Kepha nginovalo lokuthi njengalokho inyoka yamkhohlisa u-Eva ngobuqili bayo, kanjalo izingqondo zenu mhlawumbe zingadukiswa, ziyeke ubuqotho nobumhlophe ngakuKristu.   Ngokuba uma kufika umuntu eshumayela omunye uJesu esingamshumayelanga, noma

namukela omunye umoya eningawamukelanga, noma elinye ivangeli eningalamukelanga, nikubekezelela kakhulu.

Ngakho,yimuphi uJesu wena omkholwayo? Yimuphi uJesu omlandelayo? 

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..